|
Unegciwane leNgculazi kodwa uzama ngokusemandleni akhe ukondla
umndeni wakhe ngaphansi kwalezo zingqinamba. Ingane yakhe yashona ngokukhulu ukuzuma,
wakholwa ukuthi ibulewe umkhuhlane. Akanawo umndeni asondelene nawo uhleli eyedwa sonke isikhathi. Umfowabo wadutshulwa wafa ngo1980 yiphoyisa elalikholwa ukuthi wayebandakanyeka odlameni lweANC ne IFP, kodwa wayehlala ehla enyuka nemigwaqo. |