![Up](_derived/up_cmp_tq010_hbtn.gif)
| |
Ingxenye yokuqala:
Sivakashele uGogo endlini yakhe encane eMpophomeni. Uhlala nomzukulu wakhe. Akumvakasheleni kwethu simthole
endlini yakhe,engazange anyakaze khona usuku lonke, ngonyaka ka1997 washayiswa ibhasi
elincane walahlekelwa umlenze,umshayeli wala ukumkhokhela emva kwengozi leyo. Indodakazi yakhe yashona ngo 1997 ngenxa ye ngculaza wayeseshadile,
enezingane ezimbili , nendoda engamtshelanga ukuthi inegciwane; lendoda yayifuna
ukumthelela ngegciwane, yadlwengula amadodakazi ayoi amabili (nge nkolelo yhokuthi uma uye
ocansini nentombinto igciwane liyalapheka . Kodwa manje useboshiwe.
|